19.11.2012 Views

ZINDABA ZAKHO MNGOMA: INGONYULUKA ... - UZSpace Home

ZINDABA ZAKHO MNGOMA: INGONYULUKA ... - UZSpace Home

ZINDABA ZAKHO MNGOMA: INGONYULUKA ... - UZSpace Home

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

kwinhlalamagwababa kuze kuyofika eshobeni,

kwenziwe umnqwambo.

Kuyaye kuthi ingahIinzwa kukhishwe izitho ngononina, Inyongo iyaqashelwa

kakhulu kunye nomzali wesangoma esisha ngoba isuke isiyinsila yalo mngoma,

Amanzi enyongo, urnngoma uqiniswa ngawo emalungwini onke ornzimba, 10

msebenzi wenziwa yisangoma esithwasiayo. Kuthi ingathululwa inyongo

esikhwameni sayo ngalo lona lolu suku, isikhwama senyongo kwenziwa ngaso

isiphandla esizofakwa nguye umngoma lona, Wonke 10 msebenzi wenziwa yiso

isangoma esithwasisayo sibambisene nabozalo abaqondene. Isinye sayo

kuchithwa okuphakathi bese sifuthwa sizothwalwa yiso isangoma lesi.

Uma umsebenzi obuwenziwa esibayeni usuphelile, ifakwa emabhodweni inyama.

Isala igxigxa-ke ezimbizeni, kukhona umpheki wayo. lzangoma ziphume ziye

emfuleni ziyogeza, ziqede Iapho zivunule ziconse ngemvunulo yezangoma. Uma

zonke seziqediIe, zikhuphuka ziye esihlahleni lapho zihlanganela ukukhuphuka

seziya odwendweni Iwazo. Esihiahieni yilapho zilinda khona izangoma ukuqala

komcimbi futhi zisuke ziphumule emva kokusina ubusuku bonke. Zihlezi Iapha­

nje abanye ahangoma bapheka inyama ekhaya ezodliwa yibo abangoma emva

komcimbi wodwendwe.

UMsimang, (1975:311) uthi:

Ubuya emfuleni esevunule econsa umakoti.

Zonke izinyongo zezimbuzi ayezihlaba ziqede

ikhanda, Yonke iminqwambo isiphambene kuye

urnzimba awusahonakaIi, sekungamashoba

odwa, ngingasaphathi indaba yobuhlalu.

Ngesandla sobunxele uphethe ihawu Iakhe

nomkhonto, kwesokuphosa uphethe ishoba Iakhe

Iayo Ie nkomo akhishwa ngayo. Elenkonkoni

likhona uma ngabe seiatholakala, lona Iithengwa

kubabulali bazo ngenkukhu, nalo futhi lihloba

ngobuhIaiu. Isinye senkomo Iesi sesingelikhulu

ibhamuza lapha phakathi kwezinyongo.

84

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!