19.11.2012 Views

ZINDABA ZAKHO MNGOMA: INGONYULUKA ... - UZSpace Home

ZINDABA ZAKHO MNGOMA: INGONYULUKA ... - UZSpace Home

ZINDABA ZAKHO MNGOMA: INGONYULUKA ... - UZSpace Home

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

Lo mcimbi unomlawuli wawo. Isangoma esithwasisayo yisona umphathi walo

mcimbi kanti nabantu bomuzi baba usizo kakhulu kodwa kwenziwa izwi

lesangoma esithwasisayo.

4.5.3 Ukubusa ngenyama notshwaIa

Ngemuva kokusina abantu bangeniswa endlini, izangoma zisuke ziyinikiwe indlu

yazo ezingena kuyo. Abanikazi bomuzi yibona abangenisa abantu ezindlini.

Inyama isuke seyihlukanisiwe yisangoma esikhulu okuyisona esipha izangoma.

Abantu, izihIobo nomakhelwane bona babelwa uyise wesangoma esisha ebapha

inyama ebe yisethulo somndeni. Kuyadliwa kubuswe nangotshwala. Buthungwa

nguyise wesangoma esisha obunye bungeniswe ezangomeni, obunye bunikwe

urnphakathi, baphiwe ukudla, inyama notshwaIa. Ngemuva kokudla, isangoma

esithwasisayo sakha umgonqo emsamo endlini yomngoma. Lo mgonqo wenziwa

ngomhlanganoma ngamacansi.

UMhlongo, (2007) uthi:

Inyama yezangoma yabiwa nguyise wazo

izangoma, Uyena oyehlukanisayo ngezitho

zayo. Isikhumba sembuzi kwenziwa ngazo

iziphandla neminqwambo. Isikhumba senkomo

senze izigubhu azosina ngazo umngoma.

Inyongo yembuzi uyayiphuza kuthi isikhwama

sayo sifuthwe asithwale ekhanda. Inyongo

yenkomo nayo umngoma uzoyiphuziswa kodwa

isikhwama sayo sihlohlwe umhlehlo enze

isiphandla.

Isikhumba senkomo silusizo kakhulu kulo mngoma oqala elakhe iziko. Isona

okwenziwa ngaso izigubhu zokusina. Nokho izangoma zakuqala zazishaya

ihlombe lodwa kodwa ezamuva ziyasidinga kakhulu isigubhu ukwenza isahho

urna sezisina. Amanzi enyongo alusizo kakhulu ekuqiniseni isangoma amaIunga

ornzimba. Isangoma sigcotshwa ngayo inyongo ekhanda, emhlane nasernzimbeni

wonke. Enye yale nyongo ifakwa ebulawini umngoma azogeza ngabo. Ugeza

87

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!