26.02.2013 Views

isahluko 1 - UKZN ResearchSpace - University of KwaZulu-Natal

isahluko 1 - UKZN ResearchSpace - University of KwaZulu-Natal

isahluko 1 - UKZN ResearchSpace - University of KwaZulu-Natal

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

ukufunda imisindo okugcina ngokuthi umfundi azi yona kuphela kanye nokubhala

amagama (DoE, 2008, p. 13). Lapho uhlanganisa ndawonye imisindo, okuyikhono

lokufunda amagama enjengoba enjalo (decoding) kanye nolwazimagama, lapho-ke uba

sendleleni yokwakha umqondo wokufundwayo. Ngakolunye uhlangothi, amagama

abhaliwe (sight words: look and say words) ahlanganisa nokuba umntwana akwazi

ngisho ukubona ukuma kwegama, ubude balo nezinye izimpawu. UBurns nabanye (1999)

babeka bathi:

For a child to read fluently, he or she must recognize words at glance, and

use the conventions of the letter-sound correspondences automatically.

Without these word recognition skills, children will never be able to read or

understand text comfortably and competently.

Lokhu akwehlukile kokushiwo nguWren (2009) lapho ethi:

One important goal in teaching children to read is to encourage them to

abandon their natural tendency to memorize words as wholes, or to

memorize salient features of words, and instead to learn to break words

apart, examine the letters and chunks within the words, and decode them

ULapp nabanye (2005) babeka ukuthi abantwana lapho sebesezingeni lokukwazi

ukubona amaphethini emagameni basuke sebekulungele ukufunda ukupela. Ngale ndlela

ukufundisa izimelamsindo kumele kuhlinzeke ngezinto eziningi ekulekeleleni umntwana

athuthuke ekufundeni okunomqondo. UMorrow (2005) ugcizelela ukuthi umsebenzi

wokwakha amagama kubafundi abasebancane ezingeni eliphansi kumele kube yinto

esamdlalo futhi nesondelene nabakubonayo emphakathini. Lokhu kusho ukuthi lapho

uthisha efundisa kumele asebenzise imidlalo. Lokhu uthisha ukwenza ngokuthi athathe

okushiwo umntwana asebenzise izithombe, imilolozelo, ukuhlela izithombe, izithombe

ezihlelwe ngokwezimelamsindo zazo, ukuze abantwana bafunde sakudlala imisindo leyo,

bathuthuke ekuqondeni imisindo nezimelamsindo namagama, kanye nokufunda ulimi

okugxile kulokho abakwaziyo khona ekufundiseni (Lapp et al. 2005, p. 13, 36).

141

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!