26.02.2013 Views

isahluko 1 - UKZN ResearchSpace - University of KwaZulu-Natal

isahluko 1 - UKZN ResearchSpace - University of KwaZulu-Natal

isahluko 1 - UKZN ResearchSpace - University of KwaZulu-Natal

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

L: Wayemnyenyezela.

T: Wayemnyenyezela. Sonke.

L: Wayemnyenyezela.

T: La magama siyawabiza kusasa azoqhamuka.

T: Uphakamisa igama athi “Noxolo”

Noxolo: Umabonakude.

T: Sonke.

L: Umabonakude.

T: Leli…Duze

Duze: Umninisitolo.

T: Sonke.

L:Umninisitolo.

Njengasemihleni, le nkulumompendulwano engenhla ifakazela khona ukuthi uthisha

wayefundisa ulwazi lwamagama ayezotholakala endabeni ababezoyifunda. Lokhu

kwakuzokwenza abafundi ukuthi bawaqonde la magama ukuthi asho ukuthini lapho

sebehlangana nawo endabeni. Lokhu futhi kwakuyindlela yokuthi abafundi bathuthuke

ekukwazini ukubona amagama lapho esebenzile embhalweni. Eseqedile waphinde

wakhipha imisho, wenza okufanayo. Nayo imisho wayeyinameka ebhodini lapho

abafundi sebeyifundile ngamunye ngamunye. Nasi isibonelo senkulumo-mpendulwano:

T: OK, sesifunda imisho-ke manje, buka umusho uphakamise (Uphakamisa umusho bese

ekhomba umfundi…Thoko.

Thoko: Uyayazi le ntokazi edumile ku-TV?

T: Unameka umusho ebhodini…uthatha owesibili…

L:Bathi yakhulela eMlazi.

T: Funda umusho…Xola

Xola: Ifunde enyuvesi ephambili.

T: Sonke.

L: (Bayawufunda umusho).

T: Unameka umusho osufundiwe…..Fund’umusho (Uyawuphakamisa)

Aphiwe: (Uyathula).

T: Inkinga yomfana le…Anele Mzobe.

Anele: Yasebenza kahle.

T: Ufunde kahle kabi lo mntwana….Aphelele.

Aphelele: Yasebenza kahle.

T: Lona?

L4: Ingumethuli wezindaba.

T: Sonke.

L: (Bawufunda bonke).

T: Funda umusho.

L5: Ayishiyelwanga ifa ibe nenhlanhla.

255

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!