26.02.2013 Views

isahluko 1 - UKZN ResearchSpace - University of KwaZulu-Natal

isahluko 1 - UKZN ResearchSpace - University of KwaZulu-Natal

isahluko 1 - UKZN ResearchSpace - University of KwaZulu-Natal

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

Lokhu kwaveza umqondo wokungahleli ngendlela indaba efanelekile, ehambisana

nalokho okugxilwe kukho ngalelo sonto.

Uthisha wabe esebhala ebhodini imisho edinga ukugcwaliswa ngamagama athile ukuze

kube yimisho ephelele. Le misho yayigxile emsindweni u ‘ph’ futhi ihambisana

nezithombe ezazizosiza abafundi ukuthi basheshe babone ukuthi yiliphi igama

elishodayo. Uthisha wabe esebabiza ukuba beze phambili bazogcwalisa imisho.

Bakwenza lokhu abafundi, uthisha ekhomba umfundi nomfundi ukuba agcwalise

ngegama elifanele. Yaqhubeka kanje inkulumo-mpendulwano:

T: Ok, sesizofunda sonke manje igama sizoliphinda kabili

L: (Bawafunda bonke amagama njenge kilasi uthisha ebakhombela).

T: Ok-ke manje sengiyawasusa amagama sesizofunda singasawaboni ngifuna ukubona

ukuthi niyawakhumbula yini ,kodwa nazi zithombe zizonisiza ukuze nikhumbule

amagama.

Bawafunda bewaphindelela amagama. La magama ababewafunda yiwona kanye

ababezowasebenzisa ukugcwalisa imisho. Lapho sebefundile babebhala umsebenzi,

begcwalisa imisho ngokufakela igama elifanele, belekelelwa yizithombe uthisha

ayezibhala ezikhaleni ezigcwaliswayo ukuze abafundi babone ukuthi gama lini okumele

balifakele. Kanti futhi kwawona amagama ababewafakela ayebhaliwe ebhodini, kuphela

abafundi kwakumele bakhethe kuwo. Nasi isibonelo:

206

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!