26.02.2013 Views

isahluko 1 - UKZN ResearchSpace - University of KwaZulu-Natal

isahluko 1 - UKZN ResearchSpace - University of KwaZulu-Natal

isahluko 1 - UKZN ResearchSpace - University of KwaZulu-Natal

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

L: UDube noNkawu.

T: uDube noNkawu.

T: Yini babe yinkinga bona bobabili?

L: Babengenazo izimpondo.

T: Yebo abanazo izimpondo.

T: Kanti kwakufuneka abantu abanjani?

L: Abanezimpondo.

T: Babemenyiwe yini lapha edilini?

L: Cha babengamenyiwe

T: Benza kanjani ukuze bagcine bengenile edilini?

L: Bafakela izimpondo.

T: Yes bafakela izimpondo.

T: Obani ababedansa kakhulu lapha edilini?

L: Yibona oDube noNkawu.

T: Yebo, yibona bobabili uDube noNkawu, bona kanye laba ababengamenyiwe.

T:Konje babenze kanjani ukuthi kungabonakali ukuthi abanazo izimpondo?

L: Bazifakela.

T: Baze babonakala kanjani ukuthi akusizo izimpondo zangempela lezi?

L: Zawa izimpondo zabo ngoba babedansa kakhulu.

T: OK -ke bangani. Ake uze-ke uzongibhalela lapha ebhodini igama

engizolibiza.Ngizobiza umuntu azolibhala lapha ebhodini igama.

Kule nkulumompendulwano engenhla, kuvela ukuthi uthisha wayehlola ukuthi

bayiqondile yini indaba ababekade beyifunda. Lokhu wayekwenza ngokubabuza imibuzo

ngomlomo, bengabhali. Emva kwalokho wabe esethi ababhale la magama alandelayo

ebhodini:

Fig. 23 Amagama ayebhalwa yizingane ebhodini

• uDube

• ukudansa

• uBhejane

• uNkawu

• izilwane

• Hambani

• Izimpondo

• Wo! He!

• Idili

249

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!