26.02.2013 Views

isahluko 1 - UKZN ResearchSpace - University of KwaZulu-Natal

isahluko 1 - UKZN ResearchSpace - University of KwaZulu-Natal

isahluko 1 - UKZN ResearchSpace - University of KwaZulu-Natal

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

(Lehr et al, 2008; Duffy, 2009; Makar & Philpot, 2004; Dickinson & Neuman, 2006;

Block & Israel, 2005). Kanti u-Duffy (2009) uthi:

Comprehension is the essence of reading because the goal of written language

is communication of messages. If we do not understand the message, we are

not reading. And vocabulary is fundamentally important for understanding the

message. (p. 14)

7.2.1.3.3 NGOLWESITHATHU

Ngosuku lwesithathu uthisha wafika ekilasini wakhipha amagama ayebhalwe

emaphepheni asikiwe. Wayephakamisa igama ukuba abafundi balifunde. Abafundi

babephakamisa izandla bese eyabakhomba, emva kwalokho balifunde bonke.

Wayewachaza amagama abangawazi. Emva kwalokho wayesekhipha imisho esikiwe

ekhomba abafundi ukuba bayifunde. La magama kwakuzotholakala endabeni

ababezoyifunda. (Bheka iseleko se-14 ekhasini lama-375 ngemuva ezelekweni). Nansi

inkulumo-mpendulwano ekhombisa lokhu:

T: Buka lapha ephepheni bese uyaphakamisa ufunde igama engilithathayo.

L: Uzola.

T: Sonke.

L: uZola.

T: Uphakamisa ipheshana (flash card) elibhalwe ukuthi uMaza, ukhomba umfundi ukuba

afunde.

L: Umaza.

T: Umaza.

T: Sonke.

L: Umaza.

T: Leli.

L: Ubabekazi.

T: Konje sithe ubani ubabekazi?

L: Udadewabo kababa.

T: Yes ubabekazi phela udadewabo kababa ngesiNgisi sithi u-aunt.

T: Nanti igama.

L: (Baphakamisa izandla).

L1: Ingxemu.

T: Leli.

L2: Bebengakamqedi.

T: Sonke.

L: Bebengakamqedi.

252

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!