26.02.2013 Views

isahluko 1 - UKZN ResearchSpace - University of KwaZulu-Natal

isahluko 1 - UKZN ResearchSpace - University of KwaZulu-Natal

isahluko 1 - UKZN ResearchSpace - University of KwaZulu-Natal

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

lokhu, okuyinto okumele ngabe uyijwayele esesebangeni lokuqala. Uthisha wabe

esewabiza-ke amagama, umfundi oseqedile wayephakamisa isandla. Lokhu kwakusho

ukuthi useqedile. Amagama ayebhalwa ayeyishumi, kanti yiwo lana angenhla ababekade

bewafunda bewaphindaphinda. Amagama ayewabiza uthisha ayebhalwe emaphepheni

asikiwe. Wayetomula igama alibhekise ekilasini ukuba balifunde kathathu, bese

elifulathelisa alinamathisele ebhodini bese belibhala bengasaliboni. Lokhu kwenzeka aze

aphelela amagama. Lokhu kuveza umqondo wokuthi izingane zifundiswa ukuba zifunde

ngekhanda. Lokhu kubizela abafundi isibizelo othisha bakubiza ngokuthi ukuhlola

ukufundisa ukufunda okubhaliwe. Kuyacaca ukuthi uma ngabe ukufundisa ukufunda

kubhaliwe kuhlolwa ngokubhalisa isibizelo, kusho ukuthi izingane zifundiswa ukuba

zikwazi ukupela kahle amagama kunokuba zikwazi ukufunda okubhaliwe futhi

zikuqonde. Ngezansi isibonelo semisebenzi yabafundi abane yesibizelo:

210

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!