26.02.2013 Views

isahluko 1 - UKZN ResearchSpace - University of KwaZulu-Natal

isahluko 1 - UKZN ResearchSpace - University of KwaZulu-Natal

isahluko 1 - UKZN ResearchSpace - University of KwaZulu-Natal

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

izingane zithuthuke olimini lwesiNgisi. Umbuzo engaba nawo ukuthi zizothuthuka

kanjani izingane uma yileso naleso sithombe esisekilasini sinegama lesiNgisi ngezansi,

kodwa kungabi bikho nelilodwa igama elichaza isithombe eliyisiZulu? Lokhu nakuba

kuveza umqondo wokuthi izingane zilekelelwa kangcono ekuthuthukeni ngokufunda

okubhaliwe olimini lwesiNgisi, kodwa futhi esinye isizathu yikho ukuthi

izinsizakufundisa ziyindlala kulezi zikole.

8.6 IQOQA LESAHLUKO

Kulesi sahluko ngihlaziye ngezizathu ezenza othisha bafundise ukufunda okubhaliwe

ngendlela abakwenza ngayo lapho befundisa isiZulu ulimi lwasekhaya emabangeni

esibili nawesithathu ezikoleni zamabanga aphansi. Lapha kubalulwe izindikimba ezine

okuyizona le mpendulo ehlelwe ngazo. Izindikimba zitholakale ngokuhlaziya

abakushoyo nabakwenzayo othisha lapho befundisa ukufunda okubhaliwe (Bheka

izahluko sesi-5, sesi-6, nesesi- 7). Esahlukweni esilandelayo kuzoxoxwa ngesiphetho

socwaningo lonke, okuyisahluko sokugcina salolu cwaningo.

301

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!