26.02.2013 Views

isahluko 1 - UKZN ResearchSpace - University of KwaZulu-Natal

isahluko 1 - UKZN ResearchSpace - University of KwaZulu-Natal

isahluko 1 - UKZN ResearchSpace - University of KwaZulu-Natal

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

amabili ayewahlukanisile ekilasini. Emva kwalokho wabe esebanikeza imisho ukuba

bayigcwalise ezincwadini zabo, wabanika amagama ababezogcwalisa ngawo:

Fig. 20 Imisho eyayigcwaliswa

Gcwalisa imisho ngegama elifanele

1.------------ihlala emanzini.

2. ------------- wakhe eduze nomfula.

3. Ingane iphethwe -----------.

4. Kukhona ingidi --------------.

5. ------------- idla ngamabala.

6. Umkhulu ----------- ekhanda.

7. Izingubo ---------- umama.

8. Umfundisi--------- ngeculo.

9. ------------ imali eningi.

10. Izinkomo-------ubisi.

Khetha: uNgwane, ingwebu, ingwevu, inkulungwane,

uHlongwane, ingwenya, ingwe, lingwa, amangwevu, thengwa,

ingwici, esangweni, lindwa.

Kula magama ababekhetha kuwo abafundi kwakukhona elilodwa elalingahambisani

namanye ngoba lona lalingenawo umsindo ka ‘ngw’. Lelo kwakuyigama elithi ‘lindwa’

njengoba ekhonjisiwe ngenhla. Kwabonakala ukuthi uthisha wayelifake ngamabomu

ukuze abone ukuthi abafundi bazokwazi yini ukubona ukuthi lehlukile kwamanye.

Uthisha wabe esebuza abantwana ukuthi bayalibona yini igama elalingafani namanye.

Balibona. Wabe esebatshela ukuba basho uma kunegama abangalazi futhi bengazi

nencazelo yalo ngoba akufanele kuze kushaye usuku lwangakusasa ngoLwesihlanu lapho

kubhalwa khona isibizelo kukhona umfundi onegama angalazi ukuthi lithini nokuthi

lichaza ukuthini. Lokhu kukhombisa ukuthi uthisha wayefundisa abantwana ulwazi

lokuhlonza amagama nokuthi akheka kanjani, kanjalo futhi nolwazi lwemisindo noma

lwezimelamsindo.

242

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!