26.02.2013 Views

isahluko 1 - UKZN ResearchSpace - University of KwaZulu-Natal

isahluko 1 - UKZN ResearchSpace - University of KwaZulu-Natal

isahluko 1 - UKZN ResearchSpace - University of KwaZulu-Natal

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

Njengoba sengike ngachaza, ucwaningo oluningi lwalubheka ukufunda ngokungangingizi

(Day & Bamford, 1998; Samuels, 2006; Blevins, 2005), olunye lwalubheka

ulwazimagama noma amagama okufanele aziwe embhalweni (Harmon, 1998), olunye

lwalubheka ukuhlolwa kokufunda okubhaliwe kanye nemibhalo efundwayo (The

National Capital Language Resource Center, 2003), olunye ucwaningo lwaluhlola

umthelela wolimi lwasekhaya ekubhaleni isibizelo sesiNgisi kubafundi bamabanga oku-1

kuya kwawesi-6 (Carlisle et al, 1999; Arab-Moghaddam & Senechal, 2001), abanye

babeqhathanisa ulwazi lwabafundi lolwazimagama emisebenzini eminingi eyahlukene

nangokuhlukana ngokwamazinga emibhalo (Davis, Carlisle & Beeman, 1999; Francis,

2000, Thorndike, 1973; Blachowicz & Fisher, 2000; Carver, 2003; Blachowicz & Fisher,

2000), abanye babebheka ulwazi lokubona / lokuhlonza amagama (Fitzgerald & Noblit,

1999; 2000; Geva, Yaghoub-Zadeh & Schuster, 2000; Hutchinson et al., 2003; Lesaux &

Siegel, 2003; Manis et al., 2004; Weber & Longhi-Chirlin, 2001), abanye babebheka

ulwazi lwezinhlamvu zamagama (lwezimelamsindo) (Huang & Hanley, 1995; Cheung et

al, 2001; Hu & Catts ,1998; Siok & Fletcher, 2001), abanye bebheka ulwazi

ngezinguquko zemisindo (Fitzgerald & Noblit, 1999; 2000; Geva et al., 2000; Lesaux &

Siegel, 2003; Manis, et al., 2004; Muter & Diethelm, 2001; Neufeld & Fitzgerald, 2001),

abanye bebheka ulwazi ngezimelamsindo nemisindo (Aruajo, 2002; Fitzgerald & Noblit,

1999, 2000), abanye bebheka ukufunda ngokuqondisisa (Droop & Verhoeven, 1998;

Stannovich, 2000; Pearson, 2006; Pretorius, 2000; Fitzgerald & Noblit, 2000; Hutchinson

et al., 2003; Lesaux & Siegel, 2003; Manis et al., 2004; Weber & Longhi-Chirlin, 2001),

abanye babebheka ukubhala (Aruajo, 2002; Fitzgerald & Noblit, 1999; Neufeld &

Fitzgerald, 2001; Weber & Longhi-Chirlin, 2001), abanye isibizelo (Lesaux & Siegel,

2003; Weber & Longhi-Chirlin, 2001), njalonjalo. Kulo lonke lolu cwaningo oluningi

kangaka olubalwe ngenxa, kuyaqapheleka ukuthi alukho oluke lwabheka ukufundiswa

kokufunda okubhaliwe olimini lwasekhaya lwesiZulu.

Ngaphandle kwalolu cwaningo olubalwe ngenhla, olunye futhi ucwaningo luyaveza

ukuthi amasu okufundisa ukufunda kanye nawokufunda okubhaliwe asiza abantwana

ekwenyuseni izinga lokufunda ngokuqondisisa lapho behlangabezana nezinkinga

ekufundeni okubhaliwe (Cheng, 2003; Lee, 1998; Yigiter, et al 2005; Yang, 2004;

42

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!