26.02.2013 Views

isahluko 1 - UKZN ResearchSpace - University of KwaZulu-Natal

isahluko 1 - UKZN ResearchSpace - University of KwaZulu-Natal

isahluko 1 - UKZN ResearchSpace - University of KwaZulu-Natal

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

ukuthi kufanele kusongwe izandla kube konakala. Umuntu nomuntu ongumZulu

bekudingeka athole ukugqugquzeleka ngokuthanda ulimi lwakhe, aziqhayise ngalo futhi

angabi nokuzenyeza ngalo.

9.5 IQOQA LOKUGCINA OCWANINGWENI

Lesi besekuyisahluko sokugcina socwaningo esigoqa konke obekukhulunywa ngakho.

Kulesi sahluko ngixoxile kafushane ngemiphumela yocwaningo. Okwesibili ngixoxile

ngalokho ucwaningo elikuphonsile esivivaneni ngokufundiswa kokufunda okubhaliwe

olimini lwasekhaya lwesiZulu emabangeni aphansi (esibili nawesithathu). Okwesithathu

ngiphinde ngaxoxa ngokubaluleka nangezingqinamba zalolu cwaningo. Ngaphandle

kwalokhu ngiphinde ngaphawula ngeziphakamiso ezimayelana nocwaningo

olungalandela emumva kwalolu. Ngibuye ngathinta nokungancomeka ukuba kwenziwe

uMnyango WeMfundo mayelana nenqubomgomo yolimi yezikole zamabanga aphansi,

kanye nohulumeni mayelana nokusebenza kwezilimi zabansundu, okubalwa kuzo isiZulu

njengolimi lwasekhaya.

311

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!