26.02.2013 Views

isahluko 1 - UKZN ResearchSpace - University of KwaZulu-Natal

isahluko 1 - UKZN ResearchSpace - University of KwaZulu-Natal

isahluko 1 - UKZN ResearchSpace - University of KwaZulu-Natal

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

Nokho-ke lokhu akusho ukuthi ukufunda okubhaliwe kumele kuncishwe isikhathi sakho,

kujahwe ekubhaleni. Ngakho-ke ngenxa yokuthi othisha abanalwazi olwanele

ngokuyiyona njongo yokufunda okubhaliwe, bajaha ukubhalisa izingane kunokuba

banike isikhathi esanele sokuthuthuka ekufundeni okubhaliwe, amazinga azo okufunda

kube ngawabafundi bemibhalo abasezingeni eliphezulu. Lapho isikhathi esiningi

sesithathwa ukubhala, umbuzo ongaqhamuka owokuthi lokhu kuyazilekelela yini

izingane ukuba zithuthuke ekufundeni okubhaliwe ngokuqondisisa, futhi zikhuthale,

zithande ukufunda imibhalo eyehlukene ngokuzimela? Lo mbuzo akukhombisi ukuthi

impendulo ingaba elindelekile neyiyo ngoba ukufundisa izingane ukuba zizimele

ekufundeni, ziqondisise ezikufundayo, yinto engatholakali kwabakushoyo nabakwenzayo

othisha.

Lokhu kungabi nolwazi olwanele kothisha lokufundisa ukufunda okubhaliwe, kwenza

ukuba bathi lapho befundisa, basebenzise namagama angawezinto ezingekho

emphakathini izingane eziphila kuyo, kanye nezenzo ezingeke zaziqonda izingane ngoba

azikaze zidlule kuzona futhi akulula ukuba zihlangabezane nazo ekhaya

nasemphakathini. Isibonelo, amagama ezikole izingane ezingakaze zizwe ngawo,

njengesikole iNgwemabala, ishizolo, eNgwavuma, ngamagama ababewafunda

ngokuwaphindaphinda. Kanjalo ukuhamba ngezinyawo izinyanga ezintathu uyobona

umuntu omthandayo ezweni elikude, ukulala ngesiphuku, okuyinto engeke yatholakala

kalula emiphakathini yesimanje, ukulala esikhotheni eduze kwendlela ngenxa

yokukhathala, okungamanye amagama ayechazwa nguthisha uNtombifuthi,

ayezoqhamuka endabeni ababezoyifunda, nokunye okuningi. Lokhu kuyaphikisana

nokushiwo nguVygotsky (1978) lapho ethi izingane kumele zifunde ukufunda ngezinto

ezenzeka emiphakathini, futhi ezinolwazi oluthile ngazo. UDuke benoMartin kuBlock

noParris (2008), bagcizelela bathi:

Elementory educators are travel agents responsible for helping students

understand the journey toward reading comprehension they are about to take

and helping them want to take it. Then, as throughout the journey, they serve

as tour guides, providing the dispositions, background knowledge, and ways

of thinking that that students need to become, we hope, increasingly

sophisticated comprehenders, confident travellers. So, indeed, elementary

288

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!