26.02.2013 Views

isahluko 1 - UKZN ResearchSpace - University of KwaZulu-Natal

isahluko 1 - UKZN ResearchSpace - University of KwaZulu-Natal

isahluko 1 - UKZN ResearchSpace - University of KwaZulu-Natal

SHOW MORE
SHOW LESS

Create successful ePaper yourself

Turn your PDF publications into a flip-book with our unique Google optimized e-Paper software.

� Isahluko sesihlanu sethula umbiko ngabakushoyo othisha mayelana nokufundisa

ukufunda okubhaliwe. Lapha kuzochazwa ngokushiwo wothisha ngokufundisa

ukufunda okubhaliwe. Lapha kuzokwethulwa, kuhlaziywe ngokusezingeni

eliphansi okutholakele (descriptive analysis).

� Isahluko sesithupha sixoxa sihlaziye ngokusezingeni eliphansi okwenziwa

othisha bebanga lesibili uma befundisa ukufunda okubhaliwe, kodwa kwethulwe

indikimba eyodwa kuphela (okufundiswayo).

� Isahluko sesikhombisa sixoxa ngokwenziwa wothisha bebanga lesithathu lapho

befundisa ukufunda okubhaliwe, bese sibuye sihlaziya ngokuchaza ezinye

izindikimba kuwo omabili amabanga (esibili nawesithathu, futhi kuzo zombili

izikole).

� Isahluko sesishiyagalombili sihlaziya izizathu ezenza othisha bafundise ukufunda

okubhaliwe ngendlela abakwenza ngayo, kuwo omabili amabanga esibili

nawesithathu. Lapha kuzohlaziywa ngokujulile, kanti ukuhlaziya kuzobe kugxile

kokutholakale kuhlaziywa ngendlela yokuchaza okwenzeka esahlukweni

sesihlanu, sesithupha kanye nesesikhombisa. Ngamanye amazwi yisahluko

esiwuvuthondaba lombiko walolu cwaningo (thesis chapter).

� Isahluko sesishiyagalolunye yisihloko sokusonga ngombiko owethulwa yilolu

cwaningo. Lapha kuphawulwa ngendlela efingqiwe ngocwaningo, kuvele

ubumqoka nangomnikelo owenziwe yilolu cwaningo, izingqinamba zocwaningo,

kanye neziphakamiso nezincomo.

1.17 IQOQA LESAHLUKO

38

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!