26.02.2013 Views

isahluko 1 - UKZN ResearchSpace - University of KwaZulu-Natal

isahluko 1 - UKZN ResearchSpace - University of KwaZulu-Natal

isahluko 1 - UKZN ResearchSpace - University of KwaZulu-Natal

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

L: Liyaphephuka

T: lenzenjani iphepha ?

L: Liyaphephuka ( besho kanyekanye)

T: Nezihlahla nazo ziyaphephuka,konje uma ziphephuka kwenzakalani?

L: Kusuka inhlabathi

T: Ehhe kusuka inhlabathi omunye angathini

L: Kusuka amahlamvu

T: Yebo ayavuthuka amahlamvu uma kuphephetha umoya,enze njani?

L: Ayavuthuka amahlamvu (basho kanyekanye)

T: Bese isihlahla siyaphephuka

T: Nezingubo umama eziwashile uzineka kulayini, uzinekelani umama izingubo kulayini?

L: Ukuthi zishaywe umoya

T: Uzinekela ukuthi zishaywe umoya, ngesikhathi ziphephuka izingubo zenze

njani?Ziyoma

T: Niyabona ukuthi ubalulekile umoya, ubalulike ngoba womisa izinto uma zinekiwe

nezihlahla ngesikhathi ziphephuka kuphephuka imbewu bese iyomila kwenye indawo bese

sibona sekumila isihlahla kanti kwaphephuka imbewu ipheshulwa umoya yahamba

yayomila kwenye indawo.

T: Ukhomba igama elithi ‘ichopho’

L: Ichopho , ichopho

T: Konje yini ichopho?

L: Ichopho okokugudla izinyawo

T: Okokugudla izinyawo? Awungichazele uma nje umuntu ebuza ethi yini ichopho

L: Mam, mam bememeza bephakamisa izandla

T: Yes

L: Ligudla izinyawo uma ugeza

T: Liyini ichopho lona qobo lwalo, liyitshe niyezwa

L: Yes Mam

T: Okusho ukuthi ichopho singathi itshe lokugeza,angithi asigezi ngalo izinyawo kuphela

nasemzimbeni siyalisebenzisa,kusuka ini uma sigeza ngalo emzimbeni

L: Baphakamisa ngokukhulu ukujabula lokhu

T: Kusuka ini emzimbeni?

L: Kusuka insila

T: Yebo kusula insila uma ngabe ugeza ngechopho, right

L: Yes teacher

T: Phika, phika ( uyabakhombela naye uyafunda)

L: Phika, phika

T: Ubani odle uswidi wami?Ubani owudlile?

L: Bayahhomuzela bodwa kodwa kuyezwakala ukuthi bayaphika ukuthi badle uswidi

kaMam

T: Angithi niyaphika manje? Uma umuntu ethi into akayazi usuke ephika niyezwa?

Le nkulumo mpendulwano yaqhubeka ibanga elide, kodwa ngiveze okumbalwa

ukukhombisa njengesibonelo okwakwenzeka ekilasini. Lapho sebeqedile ukuxoxa

200

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!