26.02.2013 Views

isahluko 1 - UKZN ResearchSpace - University of KwaZulu-Natal

isahluko 1 - UKZN ResearchSpace - University of KwaZulu-Natal

isahluko 1 - UKZN ResearchSpace - University of KwaZulu-Natal

SHOW MORE
SHOW LESS

You also want an ePaper? Increase the reach of your titles

YUMPU automatically turns print PDFs into web optimized ePapers that Google loves.

ngokuqonda umbhalo abawufundayo (DoE, 2008, p. 17). Yingakho nje abantwana

abafunda ngokungangingizi bekwazi ukufunda amagama bebe bewaqonda ngesikhathi

behambisa ngokus hesha amehlo abo embhalweni. U-Duffy (2009) uchaza ukufunda

ngokungangingizi njengokukwazi ukufunda kuzwakale nalapho umfundi efunda

ngenhliziyo; kungabi bikho nkinga futhi ofundayo afunde kahle ageleze, ebe

ewuqondisisa umbhalo awufundayo (p. 32).

4.7.4.1.5 UKUFUNDA NGOKUQONDISISA (COMPREHENSION)

Ukufunda ngokuqondisisa (comprehension) kungachazwa ngezindlela eziningi

ezahlukene kanti futhi akulula nje ukukuchaza. Kuncike olwazini umfundi avele enalo,

njengokuthi nje ulwazi lwezinto ayaye azibone emihleni noma aphila nazo. I-Oxford

Pocket Dictionary (2009) ithi: “Comprehension is the action or capability of

understanding something”. Ibuye ithi futhi:

Reading comprehension is the level of understanding of a passage or text. For

normal reading rates (around 200-220 words per minute) an acceptable level

of comprehension is above 75%.

I-RAND Reading Study Group (2002) ibeka kanjena:

Comprehension is the process of simultaneously extracting and constructing

meaning through interaction and involvement with written language

(p.11).

Kanjalo o-Ruddell beno-Unrau (2004), babeka kanje lapho bechaza ukufunda

ngokuqondisisa:

Comprehension is the process of simultaneously extracting and constructing

meaning through interaction and involvement with written language. The

words extracting and constructing are used to underscore the essential but

limited role of text alone as a determining factor in reading comprehension

(p. 720).

145

Hooray! Your file is uploaded and ready to be published.

Saved successfully!

Ooh no, something went wrong!